Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Abed-Nego
UDaniyeli 1 : 20
20 Kuzo zonke izindaba zokuhlakanipha nokuqonda inkosi eyayibabuza yona, yathola ukuthi babengcono ngokuphindwe kashumi kunabo bonke abahlola imilingo nabahlola izinkanyezi ababesembusweni wayo wonke.
UDaniyeli 2 : 17
17 Khona-ke uDaniyeli waya endlini yakhe wabikela abangane bakhe uHananiya, uMishayeli no-Azariya le ndaba.
UDaniyeli 2 : 49
49 UDaniyeli wayeseyicela enkosini, yabeka oShadiraki, noMeshaki, no-Abhedinego phezu kwezindaba zesifunda saseBabele; kodwa uDaniyeli wayehlezi esangweni lenkosi.
UDaniyeli 3 : 30
30 Inkosi yayisikhulisa oShadiraki, noMeshaki, no-Abhedinego esifundeni saseBabele.
KumaHeberu 11 : 34
34 bacima amandla omlilo, baphunyuka obukhali benkemba, baqiniswa ebuthakathakeni, baba ngamaqhawe ekulweni, baxosha amabutho abezizwe.
Leave a Reply