Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Zora
UJoshuwa 15 : 33
33 nasesigodini i-Eshitawoli, neSoreki, ne-Asna,
UJoshuwa 19 : 41
41 Umkhawulo wefa labo wawuyiZora, ne-Eshitawoli, ne-Irsememi;
Abahluleli 13 : 2
2 Kwakukhona umuntu othile waseSore, wesizwe sakwaDani, ogama lakhe lalinguManowa; umkakhe wayeyinyumba, engazali.
Abahluleli 13 : 25
25 UMoya kaJehova waqala ukumnyakazisa ekamu lakwaDani phakathi kweSoreya ne-Eshitawoli.
Abahluleli 16 : 31
31 Base behla abafowabo nendlu yonke kayise, bamthatha, bamenyusa, bammbela phakathi kweSoreya ne-Eshitawoli ethuneni likayise uManowa. Wabusa u-Israyeli iminyaka engamashumi amabili.
2 IziKronike 11 : 10
10 neSoreya, ne-Ajaloni, neHebroni, imizi ebiyelweyo kwaJuda nakwaBenjamini.
UNehemiya 11 : 29
29 nase-Enirimoni, naseZareyagi, naseJarimuthi;
Leave a Reply