Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Ziph
UJoshuwa 15 : 24
24 iSifi, noThelemi, neBeloti,
UJoshuwa 15 : 55
55 IMahoni, iKarmeli, neZifi, neJuta,
1 Samuweli 23 : 15
15 UDavide wabona ukuthi uSawule uphumele ukufuna ukuphila kwakhe, uDavide wayesehlane laseZifi ehlathini.
1 Samuweli 23 : 24
24 Baqeda, bahamba phambi kukaSawule baya eZifi, kepha uDavide nabantu bakhe basehlane laseMahoni ethafeni eliseningizimu kwaseJesmoni.
1 Samuweli 26 : 2
2 USawule wayeseqeda, wehlela ehlane laseZifi, kanye naye abantu abayizinkulungwane ezintathu abakhethiweyo bakwa-Israyeli ukumfuna uDavide ehlane laseZifi.
2 IziKronike 11 : 8
8 neGati, neMaresha, neZifi,
1 IziKronike 2 : 42
42 Amadodana kaKalebi, umfowabo kaJerakimeli: nguMesha izibulo lakhe, onguyise kaSifi; lamadodana kaMaresa, uyise kaHebroni.
1 IziKronike 4 : 16
16 Amadodana kaJehaleli ngu uZifi noZifa, uThiriya no-Azareli.
Leave a Reply