zinakekele

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo zinakekele

Mathewu 11 : 28
28 Zanini kimi nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo, mina ngizakuniphumuza.

1 kuThimothewu 5 : 8
8 Kepha uma umuntu engabondli abakhe, ikakhulu abendlu yakhe, ukulahlile ukukholwa, mubi kunongakholwayo.

1 kaJohane 2 : 15
15 Ningathandi izwe nezinto ezisezweni. Uma umuntu ethanda izwe, uthando lukaBaba alukho kuye.

KwabaseFilipi 3 : 13 – 14
13 Bazalwane, angisho ukuthi mina uqobo sengikubambile, kodwa kunye engikwenzayo, ngikhohlwa okungasemuva, ngizelulela kokungaphambili;
14 ngijonge emgomeni, emklomelweni wokubizwa okuphezulu kukaNkulunkulu kuKristu Jesu.

Johane 15 : 13
13 Akakho onothando olukhulu kunalolu, lokuba adele ukuphila kwakhe ngenxa yabangane bakhe.

Kwabase-Efesu 4 : 28
28 Owebayo makangabe eseba, kodwa kunalokho makakhuthale, asebenze okuhle ngezandla zakhe, ukuze abe nokokwabela osweleyo.

Luka 18 : 7 – 8
7 Futhi uNkulunkulu kayikuphindisela yini abakhethiweyo bakhe abakhala kuye imini lebusuku, lanxa ebabekezelela?
8 Ngithi kini: Uzabalungisela masinyane. Nokho nxa ifika iNdodana yomuntu, iyakufumana ukukholwa emhlabeni na?

IsAmbulo 4 : 11
11 Ufanele, Nkosi, ukwamukela inkazimulo nodumo namandla, ngokuba wena wadala zonke izinto, nangokwentando yakho zikhona, zadalwa.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *