Zin

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Zin

UNumeri 13 : 21
21 Base benyuka, balihlola izwe kusukela ehlane laseSini kuze kube seRehobe, lapho abantu befika eHamati.

UNumeri 20 : 1
1 Abantwana bakwa-Israyeli, inhlangano yonke, bafika ehlane laseSini ngenyanga yokuqala; abantu bahlala eKadeshi; uMiriyamu wafela khona, wembelwa khona.

UNumeri 27 : 14
14 Ngokuba nahlubuka emyalezweni wami ehlane laseSini, ekulweni kwebandla, ukungingcwelisa emanzini phambi kwamehlo abo; lawo angamanzi aseMeriba eKadeshi ehlane laseSini.

UNumeri 33 : 36
36 Basuka e-Esiyoni Geberi, bamisa ehlane laseZini eliyiKadeshi.

UNumeri 34 : 4
4 Umkhawulo wenu uyakujika usuke eningizimu, uye entabeni yase-Akirabimi, udlule uye eSini; ukuphuma kwawo kusuke eningizimu kuye eKadeshi-Barineya, kudlulele eHasaradari, kudlulele e-Ashimoni.

UDuteronomi 32 : 51
51 Ngokuba naphambuka kimi phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli emanzini aseMeriba-Kadeshi ehlane laseSini; ngoba aningingcwelisanga phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli.

UJoshuwa 15 : 1
1 Leyo yaba yinkatho yesizwe sabantwana bakwaJuda ngezizukulwane zabo; kuze kube semkhawulweni wakwa-Edomi ihlane laseSini ngaseningizimu ekupheleni kogu lwaseningizimu.

UJoshuwa 15 : 3
3 Waphuma waya ohlangothini lwaseningizimu, waya eMahali-hakrabimi, wadlulela eSini, wenyukela ohlangothini lwaseningizimu eKadeshi Barineya, wadlulela eHezironi, wenyukela e-Adari, wazungeza eKarika.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *