Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo vuna lokho okutshalile
KwabaseGalathiya 6 : 7
7 Ningakhohliswa; UNkulunkulu akahlekwa, ngokuba lokho akuhlwanyelayo umuntu uyakuvuna kona futhi.
2 kwabaseKorinte 9 : 6
6 Kepha lokhu ngithi: Ohlwanyela ingcosana uyakuvuna ingcosana; nohlwanyela kakhulu uyakuvuna kakhulu.
Izaga zikaSolomoni 16 : 18
18 Ukuzidla kwandulela ukubhujiswa, nomoya ozidlayo wandulela ukuwa.
Izaga zikaSolomoni 14 : 14
14 Oyisihlubuki enhliziyweni uyeneliswa zindlela zakhe, nomuntu omuhle uyeneliswa nguye.
UJobe 4 : 8
8 Njengoba ngibonile, abalima ububi bavuna, bahlwanyele ububi.
Leave a Reply