uZebadiya

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo uZebadiya

1 IziKronike 8 : 15
15 noZebadiya, no-Aradi, no-Adere,

1 IziKronike 8 : 17
17 noZebadiya, noMeshulamu, noHiski, noHebhere,

1 IziKronike 12 : 7
7 noJowela noZebadiya, amadodana kaJerohamu waseGedori.

1 IziKronike 26 : 2
2 Amadodana kaMeshelemiya: UZakariya izibulo, uJediyayeli owesibili, uZebadiya owesithathu, uJatheniyeli owesine,

1 IziKronike 27 : 7
7 Owesine ngenyanga yesine kwakungu-Asaheli umfowabo kaJowabe, noZebadiya indodana yakhe emva kwakhe; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.

2 IziKronike 17 : 8
8 Wathuma kanye nabo amaLevi, oShemaya, noNethaniya, noZebadiya, no-Asaheli, noShemiramoti, noJonathani, no-Adoniya, noThobiya, noThobadoniya, amaLevi; kanye nabo o-Elishama noJoramu, abapristi.

2 IziKronike 19 : 11
11 Bhekani, umpristi omkhulu u-Amariya uphezu kwenu kuzo zonke izindaba zikaJehova; noZebadiya indodana ka-Ishmayeli, umbusi wendlu yakwaJuda, kuzo zonke izindaba zenkosi; namaLevi ayakuba phambi kwakho. Yiba nesibindi, futhi uJehova uyakuba nabahle.

Ezra 8 : 8
8 Emadodaneni kaShefathiya; uZebadiya indodana kaMikayeli, namadoda angamashumi ayisishiyagalombili kanye naye.

Ezra 10 : 20
20 Kumadodana ka-Imeri; uHanani noZebadiya.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *