Dut.26.18 Nanamuhla uNkulunkulu ukuqinisekisile ukuthi niyingcebo ethandekayo njengokuthembisa kwakhe, ningabantu abaphathisiwe ukugcina imiyalo yakhe, (MSB) * ABANGAMALI KANKULUNKULU* ngikholwa kakhulu ukuthi lo mbhalo awubhalelwanga abambalwa abakhethiweyo. kodwa kuwo wonke amakholwa,,,siyisizwe esingejwayelekile uyazi uNkulunkulu usiphathe njengegugu ingakho engasidalanga ngomfanekiso wesilwane. but in his own image meaning there’s nothing meaningful to him Like you are child of God so have it in mind every other day ukuthi iPersonal care of God like ukhathazwa ngakho konke okukukhathazayo Haleluyah,,Usethembe ngempela ngalezizinto. ,,ngikhunjuzwe ngalombhalo othi “Mathewu 6:21” lapho okukhona ingcebo yakho,inhliziyo yakho iyoba khona,, okusho ukuthi uNkulunkulu usazise,,Uhlezi ecabanga ngathi sonke. usuku,, yonke into enhle usicabangela yona ngoba usitshela ukuthi unezinhlelo ezingcono ngathi kusho ukuthi uma ebona wena,,ubona owakhe. Bathandekayo into eyodwa engingasiqinisekisa ngayo ukuthi noma sizizwa sigajwe yisimo somhlaba wethu, singakwazi ukuma eceleni kwezizukulwane ezathembela kuNkulunkulu ngesineke ngoba siqinisekile ukuthi uzoligcina izwi lakhe. *IZIFUNDO EZENGEZIWE* Mathewu 6:21 Duteronomi 32:9 *INUGGET* Zikhumbuze wena mntwana kaNkulunkulu zonke izinsuku ukuthi ukukhathalela kukaNkulunkulu mathupha ngakuye uphathelene nakho konke okukukhathazayo futhi okucabangayo ngoNkulunkulu ngawe. *UMKHULEKO:* Baba egameni likaJesu, sibonga izwi lakho elisikhombisa ukuthi usikhathalele kangakanani,,siyaqonda ukuthi ucabanga ukuthi ungakanani ngathi ngoba usigcinile,,sikhetha ukunyakaza njengabakhethiweyo. nina bakaNkulunkulu nilalele izwi lakho egameni likaJesu sikhulekile .AMEN
Leave a Reply