ubufebe

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo ubufebe

1 kwabaseKorinte 6 : 13
13 Ukudla ngokwesisu, nesisu ngesokudla, kepha uNkulunkulu uyakuqeda kokubili sona nakho. Kepha umzimba awusiwo owobufebe, kodwa ungoweNkosi; leNkosi ingeyomzimba.

1 kuThimothewu 1 : 10
10 Izifebe, labazingcolisa kanye labantu, amasela abantu, abaqambimanga, abafunga amanga, njalo uba kukhona okunye okuphambana lemfundiso ephilileyo;

Mathewu 5 : 32
32 Kepha mina ngithi kini: Yilowo nalowo olahla umkakhe, kungengenxa yokuphinga, umenza ukuba aphinge;

UDuteronomi 23 : 17
17 Makungabikho sifebe phakathi kwamadodakazi akwa-Israyeli, futhi makungabikho sifebe phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli.

UDuteronomi 23 : 17 – 18
17 Makungabikho sifebe phakathi kwamadodakazi akwa-Israyeli, futhi makungabikho sifebe phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli.
18 Ungalethi inkokhelo yesifebe nenani lenja endlini kaJehova uNkulunkulu wakho nganoma yisiphi isithembiso; ngoba lezi ezimbili ziyisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho.

Johane 3 : 16
16 Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa, ukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abe nokuphila okuphakade.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *