KwabaseRoma 6:4 [4]Ngakho sembelwa kanye naye ngokubhapathizelwa ekufeni, ukuze njengalokho uKristu wavuswa kwabafileyo ngamandla enkazimulo kaYise, kanjalo nathi phila futhi uziphathe ngobusha bempilo. *IZIMPILO ZETHU EZINTSHA KUKRISTU* Namuhla sinikezwe umusa Wokuhlola UmBhalo Wengqikithi Yethu Ngoba AmaKristu amaningi asakuthola Kunzima Ukuhlobanisa Nokujabulela Iqiniso Ngamalungelo Awo ObuKristu KuKristu ngaleyo ndlela Azabalaza NOBUDALA bawo. Hmmmm *KODWA* UmBhalo wethu Wokufunda uchaza okuthile.??? Uthi uPawuli uMpostoli, Bazalwane, SAFA noKristu sangcwatshwa kanye naye. Wao Meaning the “MUZEE* Mina nawe Sesihambile Ngokuphelele. Amazing. LeliQiniso Laziswa Kithi Lapho UKristu *EVUKA* nathi Sithandwa sami Ukuze ngalesi Simangaliso thina Lapho *SIFANELE* sibe nguKULUNGA kukaNkulunkulu kuKRISTU. Haleluya Uyabona Abanye “US” basacabanga ukuthi singuMSEBENZI OQHUBEKAYO cha asinjalo, Ubufakazi bomBhalo UPawulu uthi kweyesi-2 kwabaseKorinte 5:17 “Uma umuntu ekuKristu, uyisidalwa esisha, ukudlula kudlulile; bheka, sekuvele okusha. Wulululululu Meaning we are a *PERFECTLY* Finished Project and *HHAYI* Ukuqhutshekwa *OMDALA* Noma Ukuvuselelwa OKUDALA, Indaba yethu Ayikaze Yabakhona kuze kube kuKristu. Amen Ingakho uma usazithola usulwa NOMUNTU OMDALA kumele Wamukele le Reality Sthandwa futhi Ukholwe UNKULUNKULU AKALENANGA phutha ukujezisa Inhliziyo yakho ngoMoya wakhe ukuze Wamukele iNdodana Yakhe uJesu. UNkulunkulu wayeQINISEKILE NGEMPILO YETHU Entsha eNdodaneni Yakhe. Sela Ngokuphelele uPetru ukubeka kanje lapho mina nawe sizalwa “IZWI” ELINGINGCOLILE elisho ukuthi ABANGANGCOLILE lisenza inzalo *YOKUNGCWELE* kuKristu ngokukholwa kube yiNkazimulo kaNkulunkulu. Wao *IZIFUNDO EZIngeziwe* KwabaseRoma 6: 6-7 KwabaseGalathiya 2:20 NUGGET *UNKULUNKULU AKALENZI IPHUTHA* *UKUVUMA* Baba Nkulunkulu siyakubonga ngobusha bokuphila kuKristu Esikuphiwe Ngomusa Wakho Hhayi Ngokwenza kwethu. Amen
Leave a Reply