Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Abdon
Abahluleli 12 : 15
15 U-Abidoni indodana kaHileli wasePirathoni wafa, wembelwa ePirathoni ezweni lakwa-Efrayimi ezintabeni zama-Amaleki.
UJoshuwa 21 : 30
30 Esizweni sakwa-Asheri: iMisali nedlelo layo, ne-Abidoni nedlelo layo,
1 IziKronike 6 : 74
74 Esizweni sakwa-Asheri; iMasal nedlelo layo, ne-Abdoni nedlelo layo,
1 IziKronike 8 : 30
30 izibulo lakhe u-Abidoni, noSuri, noKishi, noBali, noNadabi,
1 IziKronike 9 : 36
36 Izibulo lakhe u-Abidoni, noSuri, noKishi, noBali, noNeri, noNadabi,
2 IziKronike 34 : 20
20 Inkosi yabayala oHilikiya, no-Ahikamu, indodana kaShafani, no-Abidoni, indodana kaMika, noShafani umbhali, no-Asaya inceku yenkosi, yathi:
2 Amakhosi 22 : 12
12 Inkosi yayala uHilikiya umpristi, no-Ahikamu indodana kaShafani, no-Akibori indodana kaMikaya, noShafani umbhali, no-Asaya inceku yenkosi, yathi:
Leave a Reply