Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abaprofethi umvuzo
Mathewu 10 : 41
41 Owamukela umprofethi egameni lomprofethi uyakwamukela umvuzo womprofethi; nowamukela olungileyo ngokuba olungileyo uyakwamukela umvuzo wolungileyo.
Marku 9 : 41
41 Ngoba loba ngubani ozalinathisa inkezo yamanzi ngenxa yebizo lami, ngoba lingabakaKristu, ngiqinisile ngithi kini: Kasoze alahlekelwa ngumvuzo wakhe.
Mathewu 5 : 42
42 Muphe ocela kuwe, ungamfulatheli ofuna ukuboleka kuwe.
Marku 10 : 21
21 Khona uJesu embuka emthanda, wathi kuye: Inye into oyisweleyo: hamba, uthengise ngakho konke onakho, uphe abampofu, khona uzakuba negugu ezulwini; mina.
IzEnzo 20 : 35
35 Kukho konke nginibonisile, ukuthi ngokushikashikeka kanje kufanele nisize ababuthakathaka, nikhumbule amazwi eNkosi uJesu, ukuthi yathi: ‘Kubusisekile ukupha kunokwamukela.’
Leave a Reply