abantwana nezulu

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abantwana nezulu

Mathewu 19 : 14
14 Kepha uJesu wathi: “Vumelani abantwana, ningabenqabeli ukuza kimi, ngokuba umbuso wezulu ungowabanjalo.

Mathewu 18 : 3 – 6
3 Wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Uma ningaphenduki, nibe njengabantwana abancane, anisoze nangena embusweni wezulu.
4 Ngakho-ke yilowo nalowo oyakuzithoba njengalo mntwana nguye omkhulu embusweni wezulu.
5 Nalowo owemukela umntwana omncane onje ngegama lami uyangamukela mina.
6 Kodwa okhubekisa abe munye kulaba abancinyane abakholwa kimi, kungcono kuye ukuthi itshe lokuchola ligaxwe entanyeni yakhe, acwiliswe ekujuleni kolwandle.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *