Abantu baseSodoma

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Abantu baseSodoma

UGenesise 19 : 14
14 ULoti wasephuma, wakhuluma kubakhwenyana bakhe ababethethe amadodakazi akhe, wathi: Sukani, lisuke kulindawo; ngoba iNkosi izawuchitha lumuzi. Kodwa wayebukeka njengomuntu ogcona abakhwenyana bakhe.

UGenesise 19 : 25
25 Wagumbuqela leyo mizi, nalo lonke ithafa, nabo bonke abakhileyo emizini, nalokho okuhluma emhlabathini.

Mathewu 11 : 24
24 Kepha ngithi kini: Kuyakuba ngcono kuzwe laseSodoma ngosuku lokwahlulelwa kunawe.

Luka 10 : 12
12 Empa ke re ho lona: Ho tla ba bonolo ho Sodoma ka tsatsi leo, ho feta motse oo.

UDuteronomi 23 : 17
17 Makungabikho sifebe phakathi kwamadodakazi akwa-Israyeli, futhi makungabikho sifebe phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli.

1 Amakhosi 14 : 24
24 Kwakukhona nabaseSodoma ezweni, benza njengazo zonke izinengiso zezizwe uJehova azixosha phambi kwabantwana bakwa-Israyeli.

1 Amakhosi 15 : 12
12 Wabasusa abaseSodoma ezweni, wasusa zonke izithombe okhokho bakhe ababezenzile.

1 Amakhosi 22 : 46
46 Insali yabaseSodoma eyayisele emihleni kayise u-Asa wayikhipha ezweni.

2 Amakhosi 23 : 7
7 Yadiliza izindlu zabaseSodoma ezazisendlini kaJehova, lapho abesifazane babelukela khona isihlahla izilenge.

UJobe 36 : 14
14 Bafa besebasha, nokuphila kwabo kuphakathi kwabangcolileyo.

UGenesise 38 : 22
22 Wabuyela kuJuda, wathi: “Angimtholi; namadoda akuleyondawo athi asikho isifebe kule ndawo.

UDuteronomi 23 : 17
17 Makungabikho sifebe phakathi kwamadodakazi akwa-Israyeli, futhi makungabikho sifebe phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *