Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abakhulekeli
KwabaseRoma 8 : 34
34 Ngubani olahlayo? NguKristu owafa, yebo, kakhulu owavuswa kwabafileyo, ongakwesokunene sikaNkulunkulu, osinxuselayo.
Johane 14 : 16
16 Ngiyakucela kuBaba, aninike omunye uMduduzi, ukuze ahlale kini phakade;
1 kaJohane 2 : 1
1 Bantwana bami, nginilobela lokhu ukuba ningoni. Uma umuntu ona, sinoMmeli kuYise, uJesu Kristu olungileyo;
Leave a Reply