Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Abakhethiwe, noma Abakhethiwe
Mathewu 20 : 16
16 Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.
Mathewu 22 : 14
14 Ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.
1 kaPetru 2 : 9
9 Kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo; ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;
Leave a Reply