Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo AbaFarisi
IzEnzo 15 : 5
5 Kodwa kwasukuma abanye behlelo labaFarisi abakholwayo, besithi: Kumele ukubasoka, lokulaywa ukugcina umlayo kaMozisi.
Mathewu 15 : 9
9 Kepha bangikhonza ngeze, befundisa izifundiso eziyimiyalo yabantu.
IzEnzo 23 : 6
6 Kodwa uPawuli esekwazi ukuthi enye ingxenye ingabaSadusi lelinye ingabaFarisi, wamemeza emphakathini wathi: Madoda, bazalwane, mina ngingumFarisi, indodana yomFarisi; umbuzo.
IzEnzo 23 : 8
8 Ngokuba abaSadusi bathi akukho ukuvuka kwabafileyo, nangelosi, namoya, kepha abaFarisi bakuvuma kokubili.
Mathewu 9 : 13
13 Kodwa hambani nifunde ukuthi kusho ukuthini ukuthi: ‘Ngithanda isihawu, hhayi umhlatshelo,’ ngokuba angizanga ukubiza abalungileyo kodwa izoni ukuba ziphenduke.
Mathewu 9 : 14
14 Khona beza kuye abafundi bakaJohane, bathi: “Kungani thina nabaFarisi sizila kaningi, kepha abafundi bakho abazili na?
Luka 18 : 12
12 Ngizila ukudla kabili ngeviki, nginikela okweshumi kwakho konke enginakho.
Mathewu 15 : 3
3 Kodwa waphendula wathi kubo: Lani kungani leqe umlayo kaNkulunkulu ngesiko lenu?
Marku 7 : 15
15 Akukho lutho olungaphandle komuntu olungena kuye olungamngcolisa;
Mathewu 15 : 9
9 Kepha bangikhonza ngeze, befundisa izifundiso eziyimiyalo yabantu.
Mathewu 12 : 8
8 Ngokuba iNdodana yomuntu iyiNkosi yosuku lwesabatha.
Mathewu 3 : 10
10 Kalokhu izembe selibekiwe empandeni yemithi, ngakho yonke imithi engatheli izithelo ezinhle iyagawulwa, iphonswe emlilweni.
Mathewu 6 : 8
8 Ngakho maningafani nabo, ngokuba uYihlo uyakwazi enikusweleyo ningakaceli kuye.
Mathewu 6 : 18
18 ukuze ungabonakali kubantu ukuthi uzilile, kodwa kuYihlo osekusithekeni;
Mathewu 15 : 9
9 Kepha bangikhonza ngeze, befundisa izifundiso eziyimiyalo yabantu.
Mathewu 16 : 12
12 Base beqonda ukuthi wayengashongo ukuthi baxwaye imvubelo yesinkwa kodwa isifundiso sabaFarisi nabaSadusi.
Mathewu 21 : 46
46 Kodwa befuna ukumbamba, besaba izixuku, ngoba babethi ungumprofethi.
Leave a Reply