Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abadobi babantu
Mathewu 4 : 19
19 Wathi kubo: “Ngilandeleni, ngizanenza nibe ngabadobi babantu.
Marku 1 : 17
17 UJesu wathi kubo: “Ngilandeleni, ngiyakunenza nibe ngabadobi babantu.
Mathewu 28 : 19
19 Ngakho hambani nifundise izizwe zonke, nibabhapathize egameni likaYise, neleNdodana, nelikaMoya oNgcwele;
Mathewu 28 : 19 – 20
19 Ngakho hambani nifundise izizwe zonke, nibabhapathize egameni likaYise, neleNdodana, nelikaMoya oNgcwele;
20 nibafundise ukugcina konke enginiyale ngakho; bhekani, mina nginani izinsuku zonke, kuze kube sekupheleni kwezwe. Amen.
1 kuThimothewu 2 : 5
5 Ngokuba munye uNkulunkulu, munye nomlamuleli phakathi kukaNkulunkulu nabantu, umuntu uKristu Jesu;
KuThithu 2 : 11
11 Ngoba umusa kaNkulunkulu oletha insindiso usubonakalisiwe ebantwini bonke;
Leave a Reply