Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo abadlali
KwabaseFilipi 4 : 13
13 Ngingakwenza konke ngaye ongiqinisayo.
1 kwabaseKorinte 10 : 13
13 Anifikelwa ukulingwa okuvamile kubantu, kepha uNkulunkulu uthembekile, ongayikuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu; kepha kanye nokulingwa uyakunenza nendlela yokuphunyuka, nize nibe-namandla okukuthwala.
1 kwabaseKorinte 6 : 20
20 Ngokuba nathengwa ngenani;
Leave a Reply