Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo emamatheka
Izaga zikaSolomoni 15 : 13
13 Inhliziyo ethokozayo yenza ubuso bube buhle, kodwa ngokudabuka kwenhliziyo umoya uyachotshozwa.
Amahubo 30 : 5
5 Ngokuba ukufutheka kwakhe kuba ngokomzuzwana nje; emseni wakhe kukhona ukuphila: ukukhala kuhlezi ubusuku, kepha ekuseni kukhona intokozo.
Leave a Reply