Lithini iBhayibheli elalelayo – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana elalelayo

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo elalelayo

KuThithu 3 : 1
1 Bakhumbuze ukuba bathobele izikhulu namandla, balalele izinduna, balungele yonke imisebenzi emihle;

IzEnzo 2 : 38
38 UPetru wayesethi kubo: “Phendukani, yilowo nalowo abhapathizwe egameni likaJesu Kristu kukho ukuthethelelwa kwezono, khona niyakwamukeliswa isiphiwo sikaMoya oNgcwele.

1 kaJohane 1 : 9
9 Uma sizivuma izono zethu, uthembekile, ulungile, ukuba asithethelele izono, asihlambulule kukho konke ukungalungi.

Mathewu 24 : 44
44 Ngakho-ke nani hlalani nilungile, ngokuba iNdodana yomuntu iza ngehora eningalicabangi.

Mathewu 24 : 42
42 Ngakho lindani, ngokuba anazi ukuthi iNkosi yenu iyakufika ngasiphi isikhathi.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *