Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo eKrethe
IzEnzo 27 : 7
7 Sesihambe kancane izinsuku eziningi, safika kalukhuni ngaseKinidu, umoya ungasivumeli, sagudla iKrethe malungana neSalimone;
IzEnzo 27 : 13
13 Kuthe umoya waseningizimu uphephetha kancane, bathi sebekuzuzile ababekuhlosile, basuka lapho, bagudla iKrethe.
IzEnzo 27 : 21
21 Kwathi emva kokuzila isikhathi eside, uPawulu wema phakathi kwabo, wathi: “Madoda, ngabe nangilalela, anasuka eKrethe, nazuza kulokhu kubi nokulahlekelwa.
KuThithu 1 : 5
5 Ngenxa yalokhu ngakutshiya eKrethe, ukuze ulungise okusilelayo, njalo umise abadala emizini yonke, njengokukulaya kwami;
IzEnzo 2 : 11
11 AmaKrethe lama-Arabhiya, siyabezwa bekhuluma ngendimi zethu imisebenzi emangalisayo kaNkulunkulu.
KuThithu 1 : 12
12 Omunye wabo, umprofethi wakubo, wathi: AmaKrethe ahlala eqamba amanga, izilwane ezimbi, izisu ezimnene.
Leave a Reply