Lithini iBhayibheli engacasuki – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana engacasuki

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo engacasuki

Mathewu 11 : 6
6 Futhi ubusisiwe ongayikukhubeka ngami.

2 kwabaseKorinte 12 : 10
10 Ngakho ngiyathokoza ebuthakathakeni, nasekuthukweni, nasekusweleni, nasekuzingelweni, nasekubandezelekeni ngenxa kaKristu, ngokuba lapho ngibuthakathaka, kulapho-ke nginamandla.

KumaHeberu 12 : 11
11 Kepha ukujeziswa okwamanje akubonakali kuthokozisa, kodwa kubuhlungu;

Amahubo 109 : 4
4 Ngenxa yothando lwami bayizitha zami, kepha mina ngiyazinikela emkhulekweni.

KwabaseRoma 8 : 1
1 Ngakho-ke akusekho ukulahlwa kwabakuKristu Jesu, abangahambi ngokwenyama kodwa ngokukaMoya.

2 kwabaseKorinte 12 : 9
9 Yathi kimi: “Umusa wami ukwanele, ngokuba amandla ami apheleliswa ebuthakathakeni. Ngakho-ke ngizathokoza ngokuthokoza okukhulu ngobuthakathaka bami, ukuze amandla kaKristu ahlale phezu kwami.

KwabaseRoma 8 : 27
27 Kepha yena ohlola izinhliziyo uyakwazi okuqondwa nguMoya, ngokuba ukhulumela abangcwele ngokwentando kaNkulunkulu.

1 kwabaseKorinte 3 : 16
16 Anazi yini ukuthi niyithempeli likaNkulunkulu nokuthi uMoya kaNkulunkulu uhlala kini na?

U-Isaya 53 : 11
11 Uyobona umshikashika womphefumulo wakhe, asuthe; ngokwazi kwakhe uyakuyenza inceku yami elungileyo ilunge kakhulu; ngokuba uyakuthwala ububi babo.

Johane 12 : 47
47 Uma umuntu ezwa amazwi ami, engawakholwa, angimahluleli;

1 kwabaseKorinte 4 : 15
15 Ngokuba noma ninabafundisi abayizinkulungwane eziyishumi kuKristu, nokho oyihlo ababaningi, ngokuba mina nganizala kuKristu Jesu ngevangeli.

U-Isaya 54 : 1
1 Hlabelela wena nyumba, wena ongazalanga; jabula, umemeze, wena ongakhulelwanga, ngokuba abantwana boyincithakalo baningi kunabantwana bowendileyo,” usho uJehova.

Amahubo 119 : 165
165 Abathanda umthetho wakho banokuthula okukhulu, kakukho okubakhubekisayo.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *