Lithini iBhayibheli En-Gedi – Wonke amavesi eBhayibheli mayelana En-Gedi

Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo En-Gedi

UJoshuwa 15 : 62
62 neNibisani nomuzi kaSawoti ne-Eni Gedi; imizi eyisithupha nemizana yayo.

UGenesise 14 : 7
7 Base bebuya, bafika e-Enimishipati eyiKadeshi, balichitha lonke izwe lama-Amaleki, nama-Amori ayehlala eHasoni-Tamari.

2 IziKronike 20 : 2
2 Kwase kufika abanye bamtshela uJehoshafati, bathi: “Kukhona isixuku esikhulu esiza kuwe sivela ngaphesheya kolwandle ngaphesheya kwe-Aramu; bheka, baseHasazon-tamare eliyi-Eni Gedi.

Isihlabelelelo Sezihlabelelo 1 : 14
14 Othandiweyo wami unjengesithungu sekamufi ezivinini zase-Engedi.

1 Samuweli 23 : 29
29 UDavide wenyuka esuka lapho, wahlala ezinqabeni zase-Eni Gedi.

1 Samuweli 24 : 3
3 Wafika ezibayeni zezimvu ngasendleleni, lapho kwakukhona khona umhume; uSawule wangena ukumboza izinyawo zakhe, kepha uDavide nabantu bakhe bahlala ezinhlangothini zomhume.

Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *