Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo En-Dor
UJoshuwa 17 : 11
11 Kwa-Isakare nakwa-Asheri uManase waba neBeti Sheyani namadlelo alo, ne-Ibileyamu namadlelo alo, nabakhileyo eDori namadlelo alo, nabakhileyo e-Endori namadlelo alo, nabakhileyo eThahanaki namadlelo alo. Nabakhileyo eMegido nemizana yayo, amazwe amathathu.
1 Samuweli 28 : 25
25 Wakuletha phambi kukaSawule naphambi kwezinceku zakhe; badla. Base besukuma bahamba ngalobo busuku.
Amahubo 83 : 10
10 ababhubha e-Endori baba njengomquba emhlabathini.
Leave a Reply