Lawa ngamavesi eBhayibheli akhuluma ngawo Elhanan
2 Samuweli 21 : 19
19 Kwaba khona enye impi namaFilisti eGobi, lapho u-Elihanani indodana kaJahare-oregimi waseBetlehema, umfowabo kaGoliyati, umGiti, omkhonto wakhe wawunjengogongolo lomaluki, wahlula khona.
1 IziKronike 20 : 5
5 Kwabuye kwaba khona impi namaFilisti; u-Elihanani indodana kaJayire wabulala uLami umfowabo kaGoliyati umGiti, umkhonto wakhe wawunjengogongolo lwabaluki.
2 Samuweli 23 : 24
24 U-Asaheli umfowabo kaJowabe wayengomunye wabangamashumi amathathu; u-Elihanani indodana kaDodo waseBetlehema,
1 IziKronike 11 : 26
26 Amaqhawe empi ayengo-Asaheli umfowabo kaJowabe, no-Elihanani indodana kaDodo waseBetlehema,
Leave a Reply